story by: Ever ever magolide

UVicky Smith intokazi eko 30 something. Ngisebenza nayo kwidepartment of education yona ingaphakathi ema office mina ngiwudriver ngina 34 iminyaka.Noma ngingamjwayele kakhulu lomlungu siyazana. Ungibiza ngo Good luka ehlulwa igama lami engalethiwa ubaba uGudluka. Ungaphika ukuthi umlungu. Upakishile mani. Amathanga mangaka nezinqe zikhona. Konke ku tight akuyizo izinqe ezithirizayo namathanga adikizelayo. Uma umlandela ngemuva ingathi ulandela u’darkie’.Namuhla izulu liguqubele. Angazi lomlungu ubengalibonanga yini. Uvele wagqoka itop ne skirt nesigqebhe esimnyama. Amathanga amhlophe ahleli obala. Vele abe mhlophe kakhulu abe sexy. Pho upakishile yini lomlungu. Ngingene eoffice lakhe ehleli esihlalweni ebhale u 4. “Good morning Good looker.” Ngiphendule, “NginguGudluka ayi good looker. Do I look good?” Amoyizele, “Oh that Zulu name gud oh of course you look good.” Amoyizele futhi. “Oh sawubona Vicky and you look pretty.” Ngibone nokuthi ukumncoma kwami kuyamjabulisa. ”Oh thank you. I also speak a little bit of Zulu.” Aze atshikizise ikhanda elokhu engimoyizelela kamnandi lomlungu.”Uqinisile?”Avele ahleke kakhulu nami ngizithole sengihleka. Usuku lonke ngilokhu ngicabangana nalomlungu.Izinwele zakhe ezi gold i’figure yakhe ethe gamfu nemilenze yakhe emide emhlophe engenamicondo namathanga amakhulu a’firm’angayikizeli.Ngilokhu ngiwacabange njalo lamathanga.Ngizwe kahle engihalisa namuhla.Ngize ngizibuze ukuthi yimi impela engiqhanyeliswa umlungu.Phela ngazi kahle abelungu abahalisi.Ithanga lomlungu liyefana nesitho nesandla.Akefani no’darkie’othi uma ubone ithanga lakhe ubone omunye umbala uqhanyelwe noma ungafuni. Izulu seliyana.Nami sengishayisile,sengihamba ngemoto yami.Ngithi ngiyabheka ku’pavement’ngaphansi ko’veranda’ wasesitolo nanso leyomilenze.UVicky.Ngikhumbule ngimbonile ukuthi akahambi ngemoto yakhe.Ngivule iwindi ngimemeze,”Vicky!”Asondele ngibone ukuthi uzogibela.Ngivule umnyango angene.Angene ahlale kwi front seat. #fblifestylechallenge #everyoneactivefollowers #fbreelsfy #fbreelsfyp #Storytelling #story #storytime #fblifestyle
